UMSAKAZI weMetro FM, uSomizi " Somgaga" Mhlongo uzithintele iziqandu kumlingisi weShaka Ilembe, uNkosikhona " ...
UKHUZA ibuya ezinhlakeni zobuholi eNdlunkulu loyo owayekhulumela iSilo, uMntwana u-Africa Zulu. UMntwana u-Africa usezokuba ...
ISIBALO esiphezulu ngokweqile sabafundi nokungeneli kwamagumbi okufundela kwenza ukuthi uhlelo lokufundisa lungahambi ...
UMCULI wama-piano ongomunye wabangaconsi phansi kule ndima, uNobantu Vilakazi usedalule ukuthi ukuzela impilo yasedolobheni ...
Njengamanje, uhlelo lokufaka isicelo se-Smart ID luyatholakala emagatsheni akwaCapitec ne-Standard Bank, kanti isibalo ...
KUBHEKWE ngabomvu ukuthi umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, uzothatha ziphi izinqumo uma esenciphisa isikwati esizodlala imidlalo emibili yobungani nePanama.
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu, uMnuz Velenkosini Hlabisa, uthembise ukuthi zikhona izikhulu zoMasipala wesifunda uThukela ezizothathelwa izinyathelo ngodaba lokudliwa ...
Siyanda isibalo sabanoshiwe beyamaniswa necala lephoyisa elibhekene nelokubulala abantu ukuze lizuze imali yomshwalense ...
Lo mphumela ubuyisele iSundowns esicongweni kwi-log ngamaphuzu angu-47, yehlisa izimbangi zayo i-Orlando Pirates, ezizodlala neRichards Bay FC ngoLwesithathu ngo-7.30 ebusuku e-Orlando Amstel Arena, ...
UMA ngabe bewuzitshela ukuthi ibandla lakwaShembe lilandelwa ngabantu abayiziqhaza nabangamaqaba ushaye phansi kwashunqa uthuli.
Indodana kalowo owayengumengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, bahoxile ekufakeni isicelo sebheyili.
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema uthi akukho akufihlayo njengoba eyamaniswa nokubhubhudlwa kwemali yebhange iVBS Mutual Bank.